ニュース

INJABULO uJosephine Ntshangase waKwaMashu, ebungaza iminyaka ewu-100 edla anhlamvana, umbungazo wakhe obuseqophelweni eliphezulu njengoba ubuhanjelwe yizingane, abazulu, izizukulwane nomakhelwane ...
Natal, uNkk Nomagugu Simelane-Mngadi abantu ezinkundleni zokuxhumana, kulandela ukumemezela kobewumsazi weVuma FM, uJacinta Ngobese-Zuma, ukuthi usekhonjwe indlela ilesi siteshi somsakazo.
UMnyango wezeMpilo KwaZulu-Natal ukhiphe isitatimende sabezindaba ukucacisa ngokuxoshwa komsakazi weVuma FM uJacinta Zuma. Le ntokazi ebe sematheni ngomkhankaso wayo osusabalele izwe lonke iMarch in ...
UDkt Motaung usho njalo ethula inkulumo emcimbini obuseWits Great Hall, eGoli ngoLwesibili, lapho ehlushwe khona yisikhungo ...
UNGQONGQOSHE wamaPhoyisa kuleli osamisiwe, uMnuz Senzo Mchunu, uphawule okokuqala ngezinsolo ezenziwa ngaye nguKhomishani wamaPhoyisa KwaZulu-Natal, uGeneral  Nhlanhla Mkhwanazi.
KUWUTHOBA amanxeba umphakathi waKwaDukuza kanye nomndeni wesishoshovu se-ANC, iNkosi Albert Luthuli ukuqalwa phansi kophenyo mayelana nokukhothama kwale ngqalabutho. Lokhu kushiwo yiMeya yaKwaDukuza ...
INGWAZI emdlalweni wokushaya izidudla uMagesh "King of Spin" Ndaba izoba yingxenye yomncintiswano iRed Bull Shay'iMoto eza eThekwini ngenyanga ezayo ngendlela ehlukile kuneminyaka edlule.
ABAKHONZE ubumnandi nabathanda ingqephu nestayela kulindeleke ukuthi babheme bakholwe namhlanje nakusasa njengoba konke sekumi ngomumo ngomcimbi waminyaka yonke womjaho wamahhashi iDundee July, ezoba ...
Umdlali wasesiwini weKaizer Chiefs uNkosingiphile Ngcobo uthembise ubisi kubalandeli njengoba bezobhekana ne-Asante Kotoko yaseGhana kwiToyota Cup.
KULINDELEKE ukuthi babheme bakholwe abantu abathanda ubumnandi nezobuciko abazohambala umcimbi waminyaka yonke womjaho wamahhashi nezemfashi iDundee July, ezoba seNdumeni Racecourse, khona eDundee, ...
UMohau Nkota osanda kujoyina iqembu laseSaudi Arabia ukubeke kuHugo Broos ukuthi uhamba neBafana Bafana kumbe uzoyibuka kwithelevishini i-Afcon yaseMorocco.
KUBHEKWE ukuthi aqhubeke nokudlala indima enkulu kowamanqamu weWorld Rugby Under-20 Championship umdlali wamaJunior Boks ogijima kwi-flyhalf, uVusi Moyo.